SIHLOLA NGOKUQHATHANISA IMISHO ENCWADINI YOMVANGELI ULUKA EMABHAYBHELINI ESIZULU AMATHATHU EHLUKENE
18.02.2014
elika-1968 nelika-1982 nelika-1986 – „indodana yolahleko“
| Lk 15,11 | 1. Z 68: | Wayesethi |
| Z 82: | Wayesethi | |
| ThShH 86: | Waqhubeka wathi | |
| 2. Z 68: | Umuntu othile | |
| Z 82: | Umuntu othile | |
| ThShH 86: | Kukhona umuntu | |
| 12 | 3. Z 68: | Encane yawo |
| Z 82: | Encane yawo | |
| ThShH 86: | Encane | |
| 4. Z 68: | isabelo sefa esiqondene nami | |
| Z 82: | isabelo sefa esiqondene nami | |
| ThShH 86: | (ngabele) ifa lami | |
| 5. Z 68: | wawahlukanisela | |
| Z 82: | wawahlukanisela | |
| ThShH 86: | wawehlukanisela | |
| 6. Z 68: | impahla | |
| Z 82: | impahla | |
| ThShH 86: | ifa | |
| 13 | 7. Z 68: | Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi |
| Z 82: | Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi | |
| ThShH 86: | Akubanga nsuku ngaki | |
| 8. Z 68: | yayisibutha konke | |
| Z 82: | yayisibutha konke | |
| ThShH 86: | yaqoqa konke okungwokwayo | |
| 9. Z 68: | yamuka, yaya ezweni elikude | |
| Z 82: | yamuka, yaya ezweni elikude | |
| ThShH 86: | yashaya yachitha yaya kwelikude | |
| 10. Z 68: | yachitha ... ihamba ngokonakala | |
| Z 82: | yachitha ... ihamba ngokonakala | |
| ThShH 86: | yasaphaza ... ekonakaleni | |
| 14 | 11. Z 68: | Isisaphaze konke, |
| Z 82: | Isisaphaze konke, | |
| ThShH 86: | Yaligumuza yalishaya yalibhuqa nya | |
| 12. Z 68: | indlala enkulu | |
| Z 82: | indlala enkulu | |
| ThShH 86: | umadlantule wendlala | |
| 13. Z 68: | yaqala ukuswela | |
| Z 82: | yaqala ukuswela | |
| ThShH 86: | yalamba | |
| 15 | 14. Z 68: | Yayisiya kukhonza komunye umuntu walelozwe |
| Z 82: | Yayisiya kukhonza komunye umuntu walelozwe | |
| ThShH 86: | Yasuka yaqashwa yisakhamuzi kulelozwe | |
| 15. Z 68: | Bangaki abaqashwa bakababa | |
| Z 82: | Bangaki abaqashwa bakababa | |
| ThShH 86: | Ziningi kangakanani pho izisebenzi zikababa | |
| ngisho nezibamba itoho | ||
| 16. Z 68: | abanokudla okuningi | |
| Z 82: | abanokudla okuningi | |
| ThShH 86: | ezidla ukudla zize zikubuke | |
| 17. Z 68: | kanti mina ngifa indlala lapha | |
| Z 82: | kanti mina ngifa indlala lapha | |
| ThShH 86: | kepha mina ngibulawa yindlala lapha | |
| 18 | 18. Z 68: | Ngiyasuka, ngiye ..., ngithi kuye |
| Z 82: | Ngiyasuka, ngiye ..., ngithi kuye | |
| ThShH 86: | Ngizosuka ngiye ... ngifike ngithi | |
| 19. Z 68: | ngonile kulo izulu naphambi kwakho | |
| Z 82: | ngonile kulo izulu naphambi kwakho | |
| ThShH 86: | nginecala, ngonile kuNkulunkulu ngona nakuwe | |
| 20 | 20. Z 68: | Yayisisuka, yafika kuyise |
| Z 82: | Yayisisuka, yafika kuyise | |
| ThShH 86: | Yayisisula njalo isibuyela kuyise | |
| 21. Z 68: | kepha kuthe isekude | |
| Z 82: | kepha kuthe isekude | |
| ThShH 86: | Kuthe isekude nekhaya | |
| 22. Z 68: | waba-nesihe | |
| Z 82: | waba-nesihe | |
| ThShH 86: | wafikelwa yisihe | |
| 22 | 23. Z 68: | Sheshani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke |
| Z 82: | Sheshani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke | |
| ThShH 86: | Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho | |
| 24. Z 68: | nifake indandatho esandleni sayo | |
| Z 82: | nifake indandatho esandleni sayo | |
| ThShH 86: | nimfake indandatho | |
| 23 | 25. Z 68: | sidle, sijabule |
| Z 82: | sidle, sijabule | |
| ThShH 86: | sidle sibuse | |
| 24 | 26. Z 68: | lendodana yami |
| Z 82: | lendodana yami | |
| ThShH 86: | lendodana yami | |
| 27. Z 68: | ibifile, yabuye yaphila | |
| Z 82: | ibifile, yabuye yaphila | |
| ThShH 86: | ibifile, manje isiyaphila | |
| 28. Z 68: | ibilahlekile, seyatholakala | |
| Z 82: | ibilahlekile, seyatholakala | |
| ThShH 86: | ibilahlekile, kodwa isitholakele | |
| 29. Z 68: | base beqala ukujabula | |
| Z 82: | base beqala ukujabula | |
| ThShH 86: | Base bebusa-ke |