SIHLOLA NGOKUQHATHANISA IMISHO ENCWADINI YOMVANGELI ULUKA EMABHAYBHELINI ESIZULU AMATHATHU EHLUKENE

18.02.2014

elika-1968 nelika-1982 nelika-1986 – „indodana yolahleko“

Lk 15,11 1. Z 68: Wayesethi
Z 82: Wayesethi
ThShH 86: Waqhubeka wathi
2. Z 68: Umuntu othile
Z 82: Umuntu othile
ThShH 86: Kukhona umuntu
12 3. Z 68: Encane yawo
Z 82: Encane yawo
ThShH 86: Encane
4. Z 68: isabelo sefa esiqondene nami
Z 82: isabelo sefa esiqondene nami
ThShH 86: (ngabele) ifa lami
5. Z 68: wawahlukanisela
Z 82: wawahlukanisela
ThShH 86: wawehlukanisela
6. Z 68: impahla
Z 82: impahla
ThShH 86: ifa
13 7. Z 68: Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi
Z 82: Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi
ThShH 86: Akubanga nsuku ngaki
8. Z 68: yayisibutha konke
Z 82: yayisibutha konke
ThShH 86: yaqoqa konke okungwokwayo
9. Z 68: yamuka, yaya ezweni elikude
Z 82: yamuka, yaya ezweni elikude
ThShH 86: yashaya yachitha yaya kwelikude
10. Z 68: yachitha ... ihamba ngokonakala
Z 82: yachitha ... ihamba ngokonakala
ThShH 86: yasaphaza ... ekonakaleni
14 11. Z 68: Isisaphaze konke,
Z 82: Isisaphaze konke,
ThShH 86: Yaligumuza yalishaya yalibhuqa nya
12. Z 68: indlala enkulu
Z 82: indlala enkulu
ThShH 86: umadlantule wendlala
13. Z 68: yaqala ukuswela
Z 82: yaqala ukuswela
ThShH 86: yalamba
15 14. Z 68: Yayisiya kukhonza komunye umuntu walelozwe
Z 82: Yayisiya kukhonza komunye umuntu walelozwe
ThShH 86: Yasuka yaqashwa yisakhamuzi kulelozwe
15. Z 68: Bangaki abaqashwa bakababa
Z 82: Bangaki abaqashwa bakababa
ThShH 86: Ziningi kangakanani pho izisebenzi zikababa
ngisho nezibamba itoho
16. Z 68: abanokudla okuningi
Z 82: abanokudla okuningi
ThShH 86: ezidla ukudla zize zikubuke
17. Z 68: kanti mina ngifa indlala lapha
Z 82: kanti mina ngifa indlala lapha
ThShH 86: kepha mina ngibulawa yindlala lapha
18 18. Z 68: Ngiyasuka, ngiye ..., ngithi kuye
Z 82: Ngiyasuka, ngiye ..., ngithi kuye
ThShH 86: Ngizosuka ngiye ... ngifike ngithi
19. Z 68: ngonile kulo izulu naphambi kwakho
Z 82: ngonile kulo izulu naphambi kwakho
ThShH 86: nginecala, ngonile kuNkulunkulu ngona nakuwe
20 20. Z 68: Yayisisuka, yafika kuyise
Z 82: Yayisisuka, yafika kuyise
ThShH 86: Yayisisula njalo isibuyela kuyise
21. Z 68: kepha kuthe isekude
Z 82: kepha kuthe isekude
ThShH 86: Kuthe isekude nekhaya
22. Z 68: waba-nesihe
Z 82: waba-nesihe
ThShH 86: wafikelwa yisihe
22 23. Z 68: Sheshani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke
Z 82: Sheshani nikhiphe ingubo enhle kunazo zonke
ThShH 86: Sheshani nilethe ingubo yakwanokusho
24. Z 68: nifake indandatho esandleni sayo
Z 82: nifake indandatho esandleni sayo
ThShH 86: nimfake indandatho
23 25. Z 68: sidle, sijabule
Z 82: sidle, sijabule
ThShH 86: sidle sibuse
24 26. Z 68: lendodana yami
Z 82: lendodana yami
ThShH 86: lendodana yami
27. Z 68: ibifile, yabuye yaphila
Z 82: ibifile, yabuye yaphila
ThShH 86: ibifile, manje isiyaphila
28. Z 68: ibilahlekile, seyatholakala
Z 82: ibilahlekile, seyatholakala
ThShH 86: ibilahlekile, kodwa isitholakele
29. Z 68: base beqala ukujabula
Z 82: base beqala ukujabula
ThShH 86: Base bebusa-ke
Imibono nemibuzo: 0 »