Ngubani owabhala yiphi incwadi? – Nini? IThestamente elisha
18.02.2014
eVlayhedeKubabhali bezincwadi zeThestamente elisha kekho namunye owazi uJesu ngamehlo.
Kwasekwedlule iminyaka engamashumi amane uJesu abulawa ngenkathi kuqalwa kubhalwa incwadi evangeli lokuqala – ivangeli ngokukaMakhu -, kwathi kuqambe kuqalwa kubhalwa elokugcina – ivangeli ngokukaJohani -, kwase kuhlangene engamashumi ayisikhombisa afa.
Nantu uhlelo lwezincwadi eziseThestamenteni elisha ngokwelamana kwazo kanye nomzamo wokutholisisa ukuthi ngobani abazibhala1:
| Nini | yiphi | n g u b a n i | ||
| ngokufunisela kweningi | ngombono wezazi kwezenkolo | |||
| Kunjalo | akunjalo | |||
| 30 | ukufa kukaJesu | |||
| ~50 | kwabaseThesalonike bokuqala | ngumphostoli uPhawuli | x | |
| 53 – 55 | kwabaseGalathiya | ngumphostoli uPhawuli | x | |
| ~55 | kwabaseKhorinte bokuqala | ngumphostoli uPhawuli | x | |
| kwabaseFiliphi | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| uFilmoni | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| kwabaseKhorinte besibili | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| kwabaseRoma | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| ~70 | ivangeli ngokukaMakhu | nguMakhu, owayengum- phelekezeli kaPhawuli | ||
| ~80 | kwabaseKholose | ngumphostoli uPhawuli | x | |
| 80 – 90 | kumaHebheru | ngumphostoli uPhawuli | x | |
| ~90 | ivangeli ngokukaMathewu | ngumphostoli uMathewu | x | |
| ivangeli ngokukaLukha | nguLukha, owayengum- phelekezeli kaPhawuli | x | ||
| <- 100 | iZenzo (zabaphostoli) | nguLukha, owayengum- phelekezeli kaPhawuli | x | |
| iSambulo (esafikela uJohani) | ngumphostoli uJohani | x | ||
| kwabasEfesu | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| kwabaseThesalonike II | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| ekaPhethro yokuqala | ngumphostoli uPhethro | x | ||
| ekaJakobe | nguJakobe, umna kaJesu, umphostoli | |||
| ~100 | ivangeli ngokukaJohani | ngumphostoli uJohani | x | |
| uThimothi wokuqala nowesibili | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| kuThithu | ngumphostoli uPhawuli | x | ||
| < 2nd cent. | ekaJohani 1, 2, 3 | ngumphostoli uJohani | x | |
| ekaJuda | nguJuda, umna kaJesu umphostoli | x | ||
| > 2nd cent. | ekaPethro yesibili | ngumphostoli uPhethro | x |