uNehemiya

06.11.2014
uNehemiya

UNehemiya kulinganiselwa ukuthi wathunyelwa eminyakeni alishumi nanthathu emva kukaEzra ukuyoba yiso lombuso wasePhereshiya eJerusalema. Wayegunyazwé ukuvuselela uthango lwamatshe olubiyele umuzi waseJerusalema. Wayebhekene nezenhlalakahle emphakathini kanye nokweseka inkonzo yomphristi uEzra. Kubika yena mathupha encwadini ebizwa ngegama lakhe, ubika nangokwethembeka kwakhe okungenasilinganiso kanye nobukholwa bakhe obabuyisibonelo.

Okuqukethwe

Ukuthunywa kukaNehemiya nokuvuselelwa kothango olubiyele umuzi-dolobha (ezahlukweni 1 – 7)

Ukuboshelelwa emthethweni ngumphristi uEzra 8 – 10

Ukucandulwa kothango nokuhlela ezenhlalakahle 11 – 13

Imibono nemibuzo: 0 »