Usuku lokuqala onyakeni omusha
Eminyakeni engamakhulu amathathu namashumi amabili nanhlanu [325] eyedlule – ngonyaka wenkulungwane namakhulu ayisithupha namashumi ayisishiyagalolunye nanye [1691], uPhapha u-Inosensi [Pope Innocence XII] wanquma ukuthi usuku lokuqala enyangeni uMasingana [1 Janwari] lwaziswe njengosuku lokuqala lonyaka. Yisikhashana seminyaka eyisishiyagalolunye-nje [9] kuphela, kusukela kowe-1691 … qhubeka