iNcwadi yokuqala yeziKhronikhe: (1 Khr )
Zombili izincwadi zeziKhronikhe (1 Khr; 2 Khr) zidingida lolu daba okuxoxwa ngalo ezincwadini zikaSamweli nezamaKhosi, ziluthatha ngeso labakwaJuda ababuya ekudingisweni kwelaseBhabhiloni okuxoxwa ngabo kabanzi encwadini uEzra nasencwadini uNehemiya. Kungakho nje-ke umbuso wasenyakatho, kwaIzrayeli, nokunqotshwa nokuwa kwawo kungaveli kule ngxoxo. KukwaJuda-nje … qhubeka