iNcwadi yesibili ngamaKhosi: 2 Khos
Le ncwadi yesibili ngamaKhosi (2 Khos) iqhuba okusuka kweyokuqala. Engxenyeni yokuqala iqukethe umlando wemibuso yomibili, owakwaIzrayeli nowakwaJuda, kusukela maphakathi nenkathi yeminyaka engamakhulu ayisishiyagalolunye ngaphambi kwenkathi yenkolo yobuKhristu – [ngaphambi kokuzalwa kukaJesu], okungaphambi kwenkathi esiphila kuyo – (900 ph. Khr. ) … qhubeka